1.3.19

Yini umehluko phakathi kwamagama akhulunywe yiNkosi uJesu Ngenkathi Yomusa kanye namagama akhulunywe uNkulunkulu uSomandla Ngenkathi Yombuso?


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Phendukani: ngoba umbuso wezulu ususondele” (UMathewu: 4:17).

Futhi ukuphenduka nokuthethelelwa kwezono kufanele kushunyayelwe egameni lakhe ezizweni zonke, kuqalwe eJerusalema” (ULuka 24:47).

Laba Khona Kanjani Ibandla LikaNkulunkulu USomandla?

Njengamabandla obuKristu, iBandla likaNkulunkulu uSomandla laba khona ngenxa yokuba khona komsebenzi kaNkulunkulu enyameni. Amabandla obuKristu aba khona ngenxa yokubonakala nemisebenzi yeNkosi uJesu enyameni, futhi iBandla likaNkulunkulu uSomandla laba khona ngenxa yokubonakala nangomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu ezinsukwini zokugcina.

27.2.19

Yini imvelo yenkinga yomuntu engakwazi ukubaluleka kwegama likaNkulunkulu hhayi ukwamukela igama elisha LikaNkulunkulu?

uJesu,Igama LikaNkulunkulu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Esikhathini ngasinye, uNkulunkulu uzoqala umsebenzi omusha, futhi esikhathini ngasinye, kuzoba nesiqalo esisha kubantu. Uma umuntu elandela iqiniso lokuthi “uJehova nguNkulunkulu” futhi “uJesu nguKristu,” okungamaqiniso asebenza kuphela enkathini eyodwa, umuntu-ke akasoze ahambisana nomsebenzi kaMoya oNgcwele, futhi uyohlala engakwazi ukuzuza umsebenzi kaMoya oNgcwele.

25.2.19

Igama likaNkulunkulu lingashintsha, kodwa umongo Wakhe awusoze washintsha

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Igama LikaNkulunkulu


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Kunalabo abathi uNkulunkulu akaguquki. Kuyiqiniso lokho, kodwa lokho kubhekiswe ekungaguqukini kwesimo sikaNkulunkulu nesiqu Sakhe. Izinguquko egameni Lakhe nasemsebenzini Wakhe azisho ukuthi isiqu Sakhe sesiguqulile; ngamanye amazwi, uNkulunkulu uyohlala enguNkulunkulu, futhi lokhu akusoze kwaguquka.

24.2.19

Yini umehluko phakathi kwezigaba zonke zomsebenzi kaNkulunkulu kanye negama Lakhe?

uJesu,UNkulunkulu uSomandla,Igama LikaNkulunkulu


(1) Ukubaluleka kokuba uNkulunkulu ethatha igama likaJehova Ngenkathi Yomthetho

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“UNkulunkulu wathi futhi kuMose, Uzakusho njalo kubantwana bakwa-Israyeli uthi, iNKOSI, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, uNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe, ungithumile kini: yileli igama lami kuze kube phakade, futhi lesi yisikhumbuzo sami ezizukulwaneni zonke” (Eksodusi 3:15).

23.2.19

Uyini Umehluko Phakathi KobuKristu NeBandla LikaNkulunkulu USomandla?

UbuKristu neBandla likaNkulunkulu uSomandla bakholelwa kuNkulunkulu ofanayo. Abantu abawuqondayo umlando wenkolo bayazi ukuthi ubuJuda kwa-Israyeli baba umphumela womsebenzi uJehova uNkulunkulu awenza phakathi neNkathi Yomthetho.

22.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Unikeza Umthetho (Zulu Subtitles)



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Unikeza Umthetho (Zulu Subtitles)

Emuva kokuba uMose ehole ama-Israyeli aphuma eGibhithe, uNkulunkulu wamemezela imithetho nemiyalelo, eyaqondisa impilo yama-Israyeli emhlabeni futhi yafundisa abantu indlela yokukhonza uNkulunkulu.

21.2.19

Kungani uNkulunkulu ebizwa ngamagama ahlukene nangezinkathi ezihlukene? Yini ukubaluleka kwamagama kaNkulunkulu?

uJesu,uNkulunkulu,UJehova


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Kufanele wazi ukuthi uNkulunkulu wayengenalo igama ekuqaleni. Wathatha nje igama elilodwa, amabili noma amaningi ngenxa yokuthi kunomsebenzi okwakufanele awenze futhi kwakufanele aphathe isintu. Noma ngabe yiliphi igama abizwa ngalo—ingabe akazikhethelanga lona? Ingabe ubengadinga wena—omunye wezidalwa Zakhe—ukuba ulinqume?

20.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu

Egcwele ububi nokuphinga, amadolobha amabili amakhulu aseSodoma naseGomora achukuluza isimo sikaNkulunkulu. UNkulunkulu wadedela isibabuli nomlilo kuvela emazulwini, kwangqongqisa amadolobha nabantu ababephakathi kuwo baba ngumlotha, futhi wabashabalalisa ngaphakathi kolaka Lwakhe….

18.2.19

Yini umphumela kanye nesiphetho sokuba umhlaba wezenkolo wale umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Esikhathini ngasinye, uNkulunkulu uzoqala umsebenzi omusha, futhi esikhathini ngasinye, kuzoba nesiqalo esisha kubantu. Uma umuntu elandela iqiniso lokuthi "uJehova nguNkulunkulu" futhi "uJesu nguKristu," okungamaqiniso asebenza kuphela enkathini eyodwa, umuntu-ke akasoze ahambisana nomsebenzi kaMoya oNgcwele, futhi uyohlala engakwazi ukuzuza umsebenzi kaMoya oNgcwele.

16.2.19

Ukubaluleka kokwahlulela kukaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina kungabonakala emiphumeleni efezwe ngumsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina

(1) Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina wenzelwa ukuhlanza, ukusindisa kanye nokuphelelisa umuntu, kanye nokwenza iqembu labanqobayo.

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ngenxa yokuthi niligcinile izwi lokubekezela kwami, Nami ngizonigcina ngehora lokulingwa, elizofika ezweni lonke, ukubalinga labo abahlala emhlabeni.

14.2.19

Ingabe umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ngesikhathi sezinsuku zokugcina uyahlanza futhi usindise isintu?


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:


Futhi uma noma ngabe yimuphi umuntu ezwa amazwi ami, engawakholwa, angimahluleli: ngoba angizanga ukuzokwahlulela umhlaba, kodwa ukusindisa umhlaba. Lowo ongalayo, engawamukeli namazwi ami, ukhona ozomahlulela: izwi engilikhulumile, lona lizomehlulela ezinsukwini zokugcina” (Johane 12:47-48 ).

9.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo




South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo

Lapho ubuka isiqephu esimangalisayo sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukubhubhisa KukaNkulunkulu Umhlaba Ngozamcolo, uzothola isimo sikaNkulunkulu esingcwele esinokulunga nokunakekela nobubele Bakhe esintwini, futhi uzothola indlela eya ensindisweni kaNkulunkulu phakathi kwezinhlekelele.   

8.2.19

Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina ukwahlulela kwesihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe, njengalokhu kuphrofethiwe eNcwadini YeSambulo.

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ngoba sesifikile isikhathi sokuqala kwesahlulelo endlini kaNkulunkulu” (1 Petru 4:17).

Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba; akutholelwanga indawo.

7.2.19

Zulu Gospel Music "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha"




Zulu Gospel Song "Babusisiwe Labo Abemukela Umsebenzi KaNkulunkulu Omusha" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
Babusisiwe bonke labo abakwazi ukulalela
amazwi amanje kaMoya oNgcwele.
Kungakhathaleki ukuthi babenjani, noma ukuthi iMoya oNgcwele
wayesebenza kanjani phakathi kwabo,
labo abazuze umsebenzi wakamuva
ngababusiswe kakhulu.

6.2.19

UNkulunkulu wahlenga isintu Enkathini Yomusa, pho kungani esadinga ukwenza umsebenzi Wakhe wokwahlulela ezinsukwini zokugcina?

izinsuku zokugcina,insindiso


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

ngakho uzoba ngcwele, ngoba Mina ngingcwele” (uLevitikusi 11:45).

“nobungcwele, ngaphandle kwakho akekho umuntu oyobona iNkosi” (Heb 12: 14).

5.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba (Zulu Subtitles)



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba (Zulu Subtitles)

UGenesise ulandisa ngendlela, ekuqaleni, uNkulunkulu adala ngayo umhlaba ngokumangalisayo. Lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu sikwethulela isenzo esimangalisayo sikaNkulunkulu sokudala umhlaba.

4.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu (Zulu Subtitles)




South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu (Zulu Subtitles)

Kusuka lapho sifika sikhala emhlabeni, siqala ukudlala izindawo ezehlukene empilweni. Sisuka ekuzalweni siye ebudaleni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kokujabula nosizi.…

3.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba (Zulu Subtitles)




South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba (Zulu Subtitles)

Izulu nomhlaba kubanzi ngokungenamkhawulo, nezinkanyezi ezingabaleki ezakha umzungezo oowenziwe ngobunyoninco….

2.2.19

Ingabe izigaba zontathu zomsebenzi kaNkulunkulu zijula kanjani kancane kancane ukuze abantu basindiswe futhi bapheleliswe?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Ukuphatha kukaNkulunkulu kukonke kwahlukaniseke izigaba ezintathu, futhi esigabeni ngasinye, kudingeka okufanele leso sigaba kumuntu. Phezu kwalokho, njengoba kuhamba iminyaka futhi iqhubekela phambili, okudingwa uNkulunkulu kumuntu kuyaphakama kakhulu. Ngakho, esigabeni nesigaba, umsebenzi wokuphatha kukaNkulunkulu ufinyelela esicongweni, umuntu aze abone iqiniso “ngokubonakala Kwezwi enyameni,” futhi ngale ndlela okudingeka kumuntu kuphakama kakhulu, futhi okudingeka kumuntu ekufakazeni kuphakama ngaphezu kwalokho. …

30.1.19

Ubudlelwane Phakathi Kwesigaba Ngasinye Somsebenzi KaNkulunkulu.

UNkulunkulu uSomandla,uJesu,UJehova


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Kusukela emsebenzini kaJehova kuya kokaJesu, futhi kusukela emsebenzini kaJesu kuya kulowo wesigaba samanje, lezi zigaba ezintathu zihlanganisa ngentambo enganqamuki bonke ububanzi bokuphatha kukaNkulunkulu futhi yonke iyimisebenzi eyenziwa nguMoya owodwa.

29.1.19

Yazi Inhloso Nokubaluleka Kwesigaba Ngasinye Somsebenzi KaNkulunkulu.

UNkulunkulu uSomandla,uJesu,UJehova


(1) Injongo nokubaluleka komsebenzi kaNkulunkulu Enkathini Yomthetho

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, indawo Yakhe engcwele lapho Aye khona. Wawugcina umsebenzi wakhe kubantu bakwa-Israyeli.

Yazi inhloso yezigaba ezintathu zomsebenzi wokungamela kukaNkulunkulu isintu.

UNkulunkulu uSomandla,uJesu,UJehova

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina.

26.1.19

Kungani kungokubhekana kanye nokuthobela umsebenzi kaNkulunkulu esimweni somuntu ukuba umuntu azi uNkulunkulu?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,insindiso


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi uLizwi waba inyama, wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

Mina ngiyindlela, iqiniso nokuphila: akekho oza kuBaba, ngaphandle kwami” (Johane 14:6).

25.1.19

Ingabe ukuba senyameni kukaNkulunkulu ukuze enze umsebenzi wokwahlulela kuletha kanjani isiphelo senkolo yesintu ngalo Nkulunkulu ongakacaci kahle kanye nenkathi yokumnyama yokubusa kukaSathane?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Futhi kuyakuthi ngezinsuku zokugcina intaba yendlu yeNKOSI imiswe esiqongweni sezintaba, futhi iphakame ngaphezu kwamagquma; nezizwe zonke ziyakugobhozela khona. Futhi abantu abaningi bayakuhamba, futhi bathi, Wozani sikhuphukele entabeni yeNKOSI, endlini kaNkulunkulu kaJakobe; futhi uyakusifundisa izindlela zakhe, futhi sihambe emikhondweni yakhe: ngokuba umthetho uyakuvela eSiyoni, nezwi leNKOSI eJerusalema.

23.1.19

Kuqondwa kanjani ukuthi uKristu uyiqiniso, indlela nempilo?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ekuqaleni kwakukhona uLizwi, uLizwi wayenoNkulunkulu, futhi uLizwi wayenguNkulunkulu. Yena lowo ekuqaleni wayenoNkulunkulu” (Johane 1:1-2).

22.1.19

Kungani kuthiwa izimo ezimbili zikaNkulunkulu esenyameni ziphelelisa ukubaluleka kokuba sesimweni somuntu?

uJesu,UNkulunkulu uSomandla


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Kanjalo noKristu wanikelwa kanye ukuba athwale izono zabaningi; futhi kulabo abamfunayo uyakubonakala ngokwesibili ngaphandle kwesono kube ngukusindiswa” (Heberu 9:28).

20.1.19

Kungani kuthiwa isintu esikhohlakele sidinga kakhulu insindiso kaNkulunkulu abe yinyama?

Isiqephu Esikhethiweyo Sezwi LikaNkulunkulu

Isintu Esikhohlakele Siyidinga Kakhulu Insindiso KaNkulunkulu Obe Inyama

UNkulunkulu waba inyama ngenxa yokuthi ihloso yomsebenzi wakhe akuwona umoya kaSathane, noma into engaphili, kodwa umuntu, oyinyama owonakaliswe uSathane. Lokho kungenxa kanye yokuthi inyama yomuntu yonakalisiwe ukuthi uNkulunkulu wenze umuntu wenyama injongo yomsebenzi Wakhe; ngaphezu kwalokho, ngenxa yokuthi umuntu uyinjongo yenkohlakalo, wenze umuntu waba iyona kuphela injongo yomsebenzi Wakhe kuzo zonke izigaba zomsebenzi Wakhe wensindiso.

19.1.19

Labo Abangafundi Futhi Abangazi Lutho: Abazona Yini Izilwane?

Iyiphi indlela yokufuna efanele kunazo zonke endleleni yanamuhla? Hlobo luni lomuntu okufanele uzibone uyilo ekufuneni kwakho? Kufanele wazi indlela yokusingatha yonke into ekwehlelayo manje, kungaba izilingo noma ukuhlupheka, ukusola okunonya noma iziqalekiso—kufanele ucabangisise ngakho konke lokhu.

14.1.19

Isixwayiso Kulabo Abangalenzi Iqiniso

Labo phakathi kwabafowethu nodadewethu, abahlale beveza ububi babo bayizinceku zikaSathane futhi bayaliphazamisa ibandla. Laba bantu ngelinye ilanga kumele baxoshwe futhi basuswe. Ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, uma abantu ngaphakathi kubo bengabi nenhliziyo ehlonipha uNkulunkulu, uma bengabi nenhliziyo elalela uNkulunkulu, ngeke bagcine nje ngokungakwazi ukwenzela uNkulunkulu noma yimuphi umsebenzi, kodwa kunalokho bayoba abantu abaphazamisa umsebenzi kaNkulunkulu futhi abedelela uNkulunkulu.

12.1.19

Kuyini Ukuqonda Kwakho “Izibusiso”

Nakuba labo abazalwe kule nkathi bebhekene nezimo zokukhohlakala kukaSathane nokungcola kwamadimoni, kuyiqiniso futhi ukuthi bayakwazi ukuzuza insindiso enkulu ngenxa yalokhu kukhohlakala, ngisho nokungaphezulu kwemfuyo egcwele izintaba namathafa kanye nempahla yomndeni enkulu eyazuzwa uJobe, futhi ingaphezu kwesibusiso esatholwa uJobe sokubona uJehova ngemva kwezilingo zakhe.

11.1.19

Indlela Yokungena Esimweni Esijwayelekile

Lapho abantu bamukela ngokwengeziwe amazwi kaNkulunkulu, yilapho bekhanyiseleka ngokwengeziwe futhi bakulambela baphinde bakomele ngokwengeziwe ukufuna ulwazi lukaNkulunkulu.

10.1.19

Indaba Eyiqiniso Ngomsebenzi Wenkathi Yokuhlengwa

uNkulunkulu,umsebenzi wensindiso

Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina. 

9.1.19

Yini umehluko obalulekile phakathi kukaNkulunkulu esimweni somuntu kanye nalabo bantu abasetshenziswa uNkulunkulu?

uJesu,uKristu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Mina impela nginibhapathiza ngamanzi kube ngukuphenduka. kepha lowo oza emva kwami unamandla kunami engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe: yena uzonibhapathiza ngoMoya oNgcwele, nangomlilo” (Math 3:11).

8.1.19

Kungani uNkulunkulu engasebenzisi umuntu ukuba enze umsebenzi wokwahlulela ezinsukwini zokugcina kodwa esikhundleni salokho kufanele athathe isimo somuntu bese ekwenza Yena?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ubaba akahluleli muntu, kodwa unikeze konke ukwahlulela eNdodaneni yomuntu.” (Johane 5:22)

Futhi umnikeze amandla nawokwahlulela, ngoba uyindodana yomuntu.”(Johane 5:27)

7.1.19

Yini umehluko phakathi komsebeni kaNkulunkulu esenyameni kanye nomsebenzi kaMoya?

UMoya oNgcwele,uJesu


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Wayesethi, Ngiyanicela, ngikhombise inkazimulo yakho. Wathi, … Awunakubona ubuso bami: ngokuba akukho muntu ongangibona, futhi aphile” (Eksodusi 33:18-20).

5.1.19

Best Gospel Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)




Best Gospel Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)
Ukuze ahole ama-Israyeli ewakhipha eGibhithe, uNkulunkulu wathumela izinhlupho eziyishumi eGibhithe, wasebenzisa igunya Lakhe ngokwahlukanisa ulwandle phakathi, futhi wakhulula ama-Israyeli empilweni yawo yobugqila—konke okwakukhombisa amandla Akhe amakhulu, futhi kwedlulisa uthando nokukhathalela Kwakhe okukhulu kwabakhethiweyo.

2.1.19

Ekugcineni Sengithokozela Impilo Kancane Njengomuntu

UXiangwang Esifundazweni Sase Sichuan 

Ngizizwa ngingosolwe kakhulu enhliziyweni yami sonke isikhathi lapho ngibona amazwi kaNkulunkulu athi: “Isintu esinonya nesihluku! Ubuqili nokusongelana, ukududulana, ukugijimela udumo nokuceba, ukubulalana—kuzophela nini?

1.1.19

Kungani Ngihambe Endleleni YabaFarisi?


USuxing        Esifundazweni SaseShanxi 

Ngingumuntu ozikhukhumezayo futhi oziqhenyayo, futhi isikhundla selokhu kwayinto engenza buthakathaka. Eminyakeni eminingi, bengiboshwe yidumela kanye nesikhundla futhi ngingakwazi ukuzikhulula kukhona. Isikhathi nesikhathi ngithole ukukhushulelwa nokwehliswa esikhundleni; ngibe nezinkinga eziningi esikhundleni sami kanye nobuginxiginxi nezinkinga eziningi endleleni.

28.12.18

Ngafunda Ukusebenza Nabanye

ULiu Heng  Esifundazweni SaseJiangxi

Ngomusa nangokuphakanyiswa uNkulunkulu, ngathatha umthwalo wokuba ngumholi webandla. Ngaleso sikhathi, nganginomdlandla omkhulu futhi ngenza isinqumo phambi kukaNkulunkulu: Noma ngihlangabezana nani, ngeke ngishiye imithwalo yami.

26.12.18

Susa Ukuzenzisa, Bese Uqala Impilo Kabusha

UChen Dan    Esifundazweni  SaseHunan

Ekupheleni konyaka odlule, ngenxa yokuthi ngangingakwazi ukuphakamisa umsebenzi wevangeli endaweni yami, umndeni kaNkulunkulu waletha omunye umfowethu osuka kwenye indawo ukuzothatha umsebenzi wami.

24.12.18

Umsebenzi KaNkulunkulu Uhlakaniphe Kakhulu!

UShiji    Edolobheni LaseMa’anshan Esifundazweni saseAnhui

Ngesikhathi ngisebenza njengomholi ebandleni, umholi wami wayevame ukwabelana nathi ngezibonelo zokuhluleka kwabanye ukuze afundise thina isifundo. Isibonelo: Abanye abaholi babekhuluma kuphela ngezincwadi nezimfundiso kodwa behluleka ukubala okwabo ukonakala noma ukuxoxa mayelana nokuqonda kwabo ukuthi iqiniso lisebenza kanjani empilweni yangokoqobo.

22.12.18

Kubaluleke Kakhulu Ukulalela Umsebenzi KaMoya ONgcwele!

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Umsebenzi kaMoya oNgcwele

UXiaowei Edolobheni laseShanghai 

Esikhathi esithile esadlula, yize noma njalo ngangithola intshisekelo kanye nomhlomulo lapho udade engangisebenza naye abelana nami ukukhanyiseleka akutholile ngenkathi edla futhi ephuza izwi likaNkulunkulu, ngangiphinde futhi njalo ngibe nomuzwa wokuthi uyabukisa.

20.12.18

Isipho Esihle Kakhulu UNkulunkulu Angiphe Sona

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Amazwi kaNkulunkulu


UYixin    Edolobheni LaseShijiazhuang,  Esifundazweni SaseHebei

Ngaphambili, ngangivame ukuzwa abafowethu nodadewethu bethi, “Konke uNkulunkulu akwenzayo okuhle kakhulu; yikho konke abantu abakudingayo.” Ngakwamukela lokhu futhi ngavumelana nakho, kodwa ngangingenakho noma yikuphi ukuqonda ngokuhlangenwe nakho kwami.

19.12.18

Zulu Gospel Music "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"



Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena" 
I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.

18.12.18

Ubambiswano Lweqiniso

UFang Li    edolobheni lase-Anyang, esiFundazweni saseHenan

Kamuva nje ngangicabanga ukuthi ngangingene ebudlelwaneni obunokubambisana. Mina nomlingani engangisebenza naye sasikwazi ukukhuluma nganoma yini, kwesinye isikhathi ngangiye ngimcele ukuba angitshele izinto engangisasilele kuzona, futhi sasingakaze sixabane, ngakho ngangicabanga ukuthi sasifinyelele ebudlelwaneni obunokuzwana.

16.12.18

Lokhu Ukwenza Iqiniso


UFan Xing    Edolobheni LaseZhumadian, Esifundazweni SaseHenan

Esikhathini esedlule, ngahlanganiswa nodade othile ukuze ngiyosebenza emisebenzini ethile. Ngenxa yokuba nokuzithwala nokuzazisa futhi angizange ngifune iqiniso, ngaba nemibono ethile enganginayo ngalo dade engayigcina njalo enhliziyweni yami futhi engingazange ngikhulume ngayo naye ngokukhululeka.

13.12.18

Ukulahla Ijoka LikaSathane Kuyakhulula

UMomo edolobheni laseHefei, Esifundazweni sase-Anhui 

Ngaphambi kokuba ngikholwe kuNkulunkulu, noma ngabe ngangenzani, ngangingafuni neze ukusala emuva. Ngangizimisele ukwamukela noma yibuphi ubunzima inqobo nje uma lokho kwakuchaza ukuthi ngiyokwazi ukwedlula wonke umuntu.

12.12.18

Zulu Christian Song "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"



Zulu Christian Song "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"

Isithombe esidwetshwe eBhayibhelini "Umyalelo kaNkulunkulu ku-Adam"
sithinta futhi sifudumalise inhliziyo.

11.12.18

Isizathu Sangempela Sokuba Buthuntu Emsebenzini


UXinyi    edolobheni laseXi’an, esiFundazweni saseShaanxi

Ekuvakasheleni kwami amabandla kwakamuva, ngizwe kaningi abaholi nabasebenzi bethi abanye abantu, emva kokuhlanganyela nami, baba ngabalandulayo, ababuthakathaka nabaphelelwe ugqozi lokuqhubeka nokufuna.

10.12.18

Akulula Ukuba Umuntu Othembekile

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,insindiso


UZixin wasedolobheni laseWuhan, esiFundazweni saseHubei 

Ngokudla nokuphuza amazwi kaNkulunkulu nokulalela intshumayelo, ngafinyelela ekukuqondeni ukubaluleka kokuba umuntu othembekile ngase ngiqala ukuphila ngokuthembeka. Emva kwesikhathi esithile, ngathola ukuthi sengizuze ukungena ekubeni ngumuntu othembekile.

8.12.18

Noma Yini uNkulunkulu Ayishoyo Yisahlulelo Somuntu

KukaNkulunkulu Ekwahluleleni


UXunqiu edolobheni laseNanyang, esiFundazweni saseHenan 

Ngangicabanga ukuthi uNkulunkulu wayehlulela futhi esola umuntu kuphela lapho esambule inkohlakalo yomuntu engaphakathi noma eveze amazwi anzima ahlulele isiphetho somuntu.

7.12.18

Umona, Isifo SikaMoya Esingalapheki

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,insindiso


UHe Jiejing     IDolobha IHezou, Isifundazwe IGuangxi

Udade kanye nami sasibhangqiwe ukuze sibuyekeze izihloko ndawonye. Njengoba sasihlangene, mina ngabona ukuthi kwakungenandaba noma ngabe kwakuwukucula, kuwukudansa, ukwamukela izwi likaNkulunkulu, noma ukuxhumanisa iqiniso, yena wayengcono kunami kunoma yisiphi isici.

6.12.18

Ukubona Uthando Olukhulu LukaNkulunkulu

UJiayi    Edolobheni LaseFuyang, Esifundazweni Sase-Anhui

Imvelo yami inokuzithwala kakhulu; kungakhathaleki ukuthi ngenzani, njalo ngisebenzisa ukuhlakanipha nendlela engizisungulele yona ukuze ngibonise ubuhlakani bami futhi ngaleyo ndlela ngiphambana njalo namalungiselelo omsebenzi ukuze ngenze izinto ngendlela yami.

3.12.18

Yini Ngempela Ukwamukela Iqiniso?

Iqiniso,IBandla LikaNkulunkulu USomandla


UXiaohe    eDolobheni lasePuyang, esiFundazweni saseHenan

Esikhathini esidlulile, njalo uma ngifunda amazwi ambulwe nguNkulunkulu mayelana nokuthi abantu abemukeli kanjani iqiniso, ngangingakholwa ukuthi lawo mazwi abhekiswe nakimina. Ngangikuthokozela ukudla nokuphuza izwi likaNkulunkulu kanye nokukhuluma ngezwi likaNkulunkulu, futhi ngangikwazi ukwamukela nokwazisa konke uNkulunkulu akukhulume njengokuyiqiniso—kungakhathaleki ukuthi kwakuyichoboza kangakanani inhliziyo yami noma kungahambisani kanjani nokubona kwami.

2.12.18

Gospel Choir | "Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso" (Zulu Subtitles)




Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "UNkulunkulu Uzobuyisela Isimo Sokuqala Sendalo"
I
Amazwi Akhe engena ekujuleni, uNkulunkulu ubheka umhlaba.
Indalo yonke yenziwe kabusha ezwini likaNkulunkulu.
Izulu liyaguquka, umhlaba ngokunjalo, umuntu uyaziveza ubunjalo bakhe.

30.11.18

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu futhi Esimamisa Isintu Nazo Zonke Izinto



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu futhi Esimamisa Isintu Nazo Zonke Izinto

Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila….

28.11.18

Ngabona Insindiso KaNkulunkulu

UCheng Hao    Edolobheni LaseYongzhou, Esifundazweni SaseHunan

Ngomusa kaNkulunkulu, umkami kanye nami sakhushulelwa esikhundleni sokuba ngabesibili eqenjini levangeli ukuze senze imisebenzi yethu. Esikhathi esifushane esedlule, umkami wakhushulelwa esikhundleni sokuba umqondisi weqembu, ngesikhathi mina, ngokomphumela wokuzithwala nokuziphatha kwami okungekuhle ngalahlekelwa umsebenzi kaMoya oNgcwele ngase ngiphindiselwa ekhaya ukuze ngiyozindla ngezenzo zami.

26.11.18

Ubuso Beqiniso Bomuntu Obizwa Ngokuthi Ulungile

IBandla LikaNkulunkulu USomandla


UKemu    Edolobheni laseZhumadian, Esifundazweni saseHenan

Engqondweni yami, bengilokhu ngizibona njengomuntu onobuntu. Ngike ngacabanga ngalokhu ngoba, omakhelwane bami babeke bangincome phambi kwabazali bami ngokuba umuntu okhaliphile futhi okhombisa ukunakekela umndeni; bathi ngiyintandokazi emehlweni abazali bami.

25.11.18

Izimfihlo Ezifihlwe Ekuphishekeleni

ULi Li     Edolobheni laseDezhou, esiFundazweni saseShandong 

Esikhathini esingeside esedlule, ngaphakanyiswa ngakhushulelwa ekubeni isisebenzi sesifunda. Ngolunye usuku, ngenkathi sihlangene nalabo engisebenzisana nabo angiyekanga ukucabanga: Kumele ngenze kahle. Uma ngingenzi kahle, bazongibheka kanjani abaholi bami nalabo engisebenzisana nabo?

21.11.18

Imigomo Yempilo Ymai Yangishiya Ngilimele

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,insindiso


UChangkai eDolobheni laseBenxi, esiFundazweni saseLiaoning

Amazwi ajwayelekile athi “Abalungile baba ngabokugcina” amazwi engiwajwayele kakhulu. Mina nomyeni wami sasingabantu abangenabuqili: Uma kukhulunywa ngezinto ezibandakanya ukuhlomula noma ukulahlekelwa kwethu, sasingelona uhlobo lwabantu oluhilizisana luphinde ludidiziselisane nabanye.

18.11.18

Ngizimisele Ukwamukela Ukuhlolwa Yibo Bonke

IBandla LikaNkulunkulu USomandla


UXian shang eJinzhong City, eShanxi Province 

Esikhathini esincane esedlule, zikhathi zonke uma ngizwa ukuthi abashumayeli besifunda beza ebandleni lethu, ngangiye ngizizwe ngingakhululekile kahle. Angizange ngiyiveze imizwa yami ngaphandle, kodwa enhliziyweni yami kwakugcwele ukungqubuzana okufihlakele.

16.11.18

Ukucwasa Abangaphandle Yinzondo Eyedlulele!



UXiaojin Endaweni yasePan’an, esiFundazweni saseZhejiang 

NgoNhlolanja wezi-2007, ibandla lathola umsebenzi osihloko esithi “Niselani Nilekelele Amakholwa Asemasha Ukuwasiza Athole Ukuzinza Ngokushesha.” Wawugcizelela ukuthi “Kubalulekile ukusebenzisa bonke abasebenza ngempumelelo nasebemnkantshubomvue ekuniseleni amakholwa asemasha ukuze kuphothulwe lo msebenzi.

15.11.18

Iyini Imvelo Yothando LukaNkulunkulu?

USiqiu Edolobheni LaseSuihua, Esifundazweni saseHeilongjiang

Noma nini uma ngibona le ndima elandelayo yamazwi kaNkulunkulu, “Uma kade selokhu wethembeke kakhulu futhi ungithanda, kodwa uhlushwa ukugula, izinkinga zokuphila, kanye nokushiywa abangane nezihlobo zakho noma ukukhuthazelela noma yiziphi ezinye izinhlekelele ekuphileni, ingabe ukwethembeka kwakho kanye nothando lwakho Ngami kusazoqhubeka?

14.11.18

South African Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu"




South African Gospel Song "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.

13.11.18

Kunenjabulo Enkulu Ekwethembekeni

insindiso,IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga


UGan’en Edolobheni LaseHefei, Esifundazweni Sase-Anhui 

Empilweni yami, yilokhu ngaphila ngamagama athi, “Umuntu akufanele abe nenhliziyo efuna ukulimaza abanye, kodwa aqaphele ukuze angalimali” ekuhlaleni nabantu. Angilokothi nginikeze ukuthemba kwami ebantwini kalula nje.

6.11.18

Wonke Amazwi KaNkulunkulu Ayisibonakaliso Sesimo Sakhe

UHu Ke    Edolobheni laseDezhou, EsiFundazweni saseShandong

Njalo uma ngibona la mazwi ekhulunywa nguNkulunkulu, ngangizizwa nginetwetwe: “Umusho ngamunye engiwukhulumile umumethe isimo sikaNkulunkulu. Niyobe nenza kahle uma nizindla ngokucophelela ngamazwi Ami, futhi niyozuza kakhulu kuwona.

4.11.18

Angikulungele Ukubona UKristu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga


UHuanbao    Edolobheni laseDalian, Esifundazweni saseLiaoning

Kusukela ngiqala ukukholwa kuNkulunkulu uSomandla, selokhu ngangibancoma kakhulu abafowethu nodadewethu abakwazi ukwamukela inkonzo yomuntu siqu noKristu, abakwazi ukuzwa izintshumayelo Zakhe ezindlebeni zabo.

3.11.18

Ukubheka indaba yokushintshwa esikhundleni

UYi Ran eLaiwu City, eShandong Province 

Esikhathini esedlule, ngenxa yokungaqondi kwami umgomo ophathelene nokuhlelwa kabusha kwezisebenzi ebandleni, lapho ibandla lishintsha umholi esikhundleni, kwazaleka umcabango kimi.

2.11.18

Ubunjalo bomuntu omuhle Ngempela

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi Lwasempumalanga

UMoran eLinyi City, eShandong Province 

Kusukela ngisewumntwana, bengihlale ngibeka ukubaluleka kokuthi abanye abantu bangibona kanjani nangendlela abangibheka ngayo. Ukuze ngithole udumo kwabanye ngakho konke engikwenzayo, angikaze ngiphikisane namuntu noma ngabe kukhona okuvelayo, ukuze ngivikele ukubhubhisa isithombe esihle abanye abantu abanaso ngami.