Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ikwaya. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ikwaya. Bonisa konke okuthunyelwe

4.7.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu

Emuva kokuvuka kweNkosi uJesu, amaJuda adingiswa kuwo wonke umhlaba, nokwenza ukuthi ivangeli lombuso wezulu lisabalale kuwo wonke amagumbi omhlaba. Ngalokhu sibona ukuthi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu kuphakeme kunamazulu, nokuthi izenzo Zakhe zimangalisa ngokungaqondakali.

22.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Unikeza Umthetho (Zulu Subtitles)



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Unikeza Umthetho (Zulu Subtitles)

Emuva kokuba uMose ehole ama-Israyeli aphuma eGibhithe, uNkulunkulu wamemezela imithetho nemiyalelo, eyaqondisa impilo yama-Israyeli emhlabeni futhi yafundisa abantu indlela yokukhonza uNkulunkulu.

9.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo




South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhubhisa Umhlaba KukaNkulunkulu Ngozamcolo

Lapho ubuka isiqephu esimangalisayo sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukubhubhisa KukaNkulunkulu Umhlaba Ngozamcolo, uzothola isimo sikaNkulunkulu esingcwele esinokulunga nokunakekela nobubele Bakhe esintwini, futhi uzothola indlela eya ensindisweni kaNkulunkulu phakathi kwezinhlekelele.   

5.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba (Zulu Subtitles)



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba (Zulu Subtitles)

UGenesise ulandisa ngendlela, ekuqaleni, uNkulunkulu adala ngayo umhlaba ngokumangalisayo. Lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu sikwethulela isenzo esimangalisayo sikaNkulunkulu sokudala umhlaba.

4.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu (Zulu Subtitles)




South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu (Zulu Subtitles)

Kusuka lapho sifika sikhala emhlabeni, siqala ukudlala izindawo ezehlukene empilweni. Sisuka ekuzalweni siye ebudaleni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kokujabula nosizi.…

3.2.19

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba (Zulu Subtitles)




South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba (Zulu Subtitles)

Izulu nomhlaba kubanzi ngokungenamkhawulo, nezinkanyezi ezingabaleki ezakha umzungezo oowenziwe ngobunyoninco….

5.1.19

Best Gospel Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)




Best Gospel Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)
Ukuze ahole ama-Israyeli ewakhipha eGibhithe, uNkulunkulu wathumela izinhlupho eziyishumi eGibhithe, wasebenzisa igunya Lakhe ngokwahlukanisa ulwandle phakathi, futhi wakhulula ama-Israyeli empilweni yawo yobugqila—konke okwakukhombisa amandla Akhe amakhulu, futhi kwedlulisa uthando nokukhathalela Kwakhe okukhulu kwabakhethiweyo.

2.12.18

Gospel Choir | "Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso" (Zulu Subtitles)




Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "UNkulunkulu Uzobuyisela Isimo Sokuqala Sendalo"
I
Amazwi Akhe engena ekujuleni, uNkulunkulu ubheka umhlaba.
Indalo yonke yenziwe kabusha ezwini likaNkulunkulu.
Izulu liyaguquka, umhlaba ngokunjalo, umuntu uyaziveza ubunjalo bakhe.

30.11.18

South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu futhi Esimamisa Isintu Nazo Zonke Izinto



South African Music Documentary Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu futhi Esimamisa Isintu Nazo Zonke Izinto

Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila….

30.9.18

Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba




Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba
I
UNkulunkulu ubheka phansi abuke zonke izinto ephezulu, futhi ubusa phezu kwakho konke ephezulu.
Ngendlela efanayo, uthumele insindiso Yakhe emhlabeni.

11.9.18

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ukuphakama Nokuwa Kwamazwe



Ngabe ukuphakama nokuwa kwezwe noma isizwe kungenxa yezenzo zomuntu? Ngabe kungumthetho wemvelo? Luhlobo luni lwemfihlakalo oluqukethwe? Ngempela ngubani olawula ukuphakama nokuwa kwezwe noma isizwe?

5.9.18

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Imibono Evezwayo Ngenhlekelele



Abantu abaningi bacabanga ukuthi isimiselo sabo sisezandleni zabo. Kodwa lapho kufika inhlekelele, konke esikuzwayo ukungabi namandla, uvalo, nokwesaba okukhulu, bese sizwa ukungabi yilutho kwesintu nobuthaka bokuphila…. Ngubani okuwuye yedwa oyinsindiso yethu?

2.9.18

Ibika Ledokhumentari YamaKristu “Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” Ukukhishwa Komthetho



Imiyalelo nemithetho kaJehova uNkulunkulu eyanikwa ama-Israyeli ayigcinanga nje ngokuba nomthelela omkhulu emthethweni womuntu, kodwa ibuye yabamba iqhaza elibalulekile ekumisweni nasekwakhiweni kwempucuko yesimilo kanye nezakhiwo zentando yeningi emiphakathini yabantu.

23.8.18

South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke"




South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke"


Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila….

9.8.18

Gospel Choir "Umbuso"



Gospel Choir "Umbuso"

I
Umbuso, idolobha labangcwele, umbuso kaKristu.
Embusweni, umcebo nenkazimulo kaNkulunkulu kuyabonakala.
Unyazi luphuma eMpumalanga futhi lukhanyise eNtshonalanga.
Ukukhanya kwangempela kulapha, izwi likaNkulunkulu livele lisenyameni.

5.7.18

Ubufakazi Bempilo




New South African Gospel Music 2018 “Ubufakazi Bempilo” Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu

I
Ngelinye ilanga ngingase ngibanjwe futhi ngishushiswe yiCCP,
lokhu kuhlupheka kungenxa yokulunga, engikwaziyo enhliziyweni yami.

28.6.18

2018 Zulu Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono"



2018 Zulu Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono"

NgeNkathi Yomusa, iNkosi uJesu yafika phakathi kwabantu yase ibethelwa ngenxa yabo. Yakhulula umuntu ekuboshweni ngumthetho, futhi ngenxa yomnikelo wesono, isintu sathokozela uthando nobubele beNkosi….

27.6.18

South African Gospel Song “UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu”




South African Gospel Song  | Praise Worship 2018 “UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

uMdali uphakathi kwabantu ngazo zonke izikhathi, uhlala exoxa nomuntu kanye nendalo iyonkana
futhi wenza izenzo ezintsha zonke izinsuku.

4.5.18

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ukuhlola Umhlaba Kanye Nezulu



Esibhakabhakeni esibanzi esigcwele izinkanyezi, imihlaba iyangqubuzana, nochungechunge lwezigameko eziningi luzala imihlaba emisha…. Inqwaba yezinto zasezulwini ezisemkhathini zonke zisebenza ngokuzwana – ziqondiswa ngubani? Idokhumentari yobuKristu enomculo—Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke—izokwembula amaqiniso angempela maduze!


30.4.18

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Ukuhlola Izimfihlakalo Zempilo



Umlotha Emlotheni, Uthuli Othulini. Akekho onganqoba ukugula nokufa. Akekho ongaguqula imithetho yokukhula nobuthakathaka. … Siphilelani? Futhi kungani kufanele sife? Ubani ophethe lo mhlaba?