28.6.18

2018 Zulu Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono"



2018 Zulu Gospel Movie Clip - "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono"

NgeNkathi Yomusa, iNkosi uJesu yafika phakathi kwabantu yase ibethelwa ngenxa yabo. Yakhulula umuntu ekuboshweni ngumthetho, futhi ngenxa yomnikelo wesono, isintu sathokozela uthando nobubele beNkosi…. Ukuza kweNkosi uJesu kwangenisa isintu enkathini entsha. Khona lapho, wenza ngcono ubudlelwane phakathi kukaNkulunkulu nomuntu, waphinda wavula isiqalo esisha, ukuqala kabusha komsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha phakathi kwesintu.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana