2.9.18

Ibika Ledokhumentari YamaKristu “Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” Ukukhishwa Komthetho



Imiyalelo nemithetho kaJehova uNkulunkulu eyanikwa ama-Israyeli ayigcinanga nje ngokuba nomthelela omkhulu emthethweni womuntu, kodwa ibuye yabamba iqhaza elibalulekile ekumisweni nasekwakhiweni kwempucuko yesimilo kanye nezakhiwo zentando yeningi emiphakathini yabantu.

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana