24.12.19

Zonke Izinhlobo Zokudla Okuyimifino UNkulunkulu Akulungisela Isintu

Sikhulume ngengxenye yemvelo yonke, izimo ezidingekayo ukuze umuntu aphile uNkulunkulu azilungiselele isintu njengoba edale umhlaba. Sikhulume ngezinto ezinhlanu, kanti lezi zinto ezinhlanu ziyimvelo yonke.

22.12.19

Inyama, Imithombo Yamanzi Nezitshalo Ezelaphayo UNkulunkulu Azilungisela Isintu

umusa kaNkulunkulu

Okusanhlamvu, izithelo nemifino, kanye nazo zonke izinhlobo zamantongomane konke kungukudla kwabantu abadla imifino kuphela. Yize kungukudla kwabadla imifino kuphela, kunezakhamzimba ezanele ukwanelisa izidingo zomzimba womuntu. Kodwa-ke, uNkulunkulu akazange athi: “Ukunikeza isintu lokhu kwanele.

15.12.19

2. Ukubaluleka Komsebenzi KaNkulunkulu Wokunqoba

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu. Ekuqaleni, lapho kudalwa u-Adamu no-Eva, inkazimulo kaJehova nobufakazi Bakhe kwakuhlale kukhona.

12.12.19

South African Gospel Song "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho"



List of South African gospel songs "Ukuzuza Ukuphila Okuphakade, Kufanele Wazi Umthombo Wakho"

UNkulunkulu uwumthombo wokuphila komuntu;
izulu nomhlaba kuphila ngamandla Akhe.
Akukho okuphilayo okungazikhulula ekubuseni nasegunyeni likaNkulunkulu.
Akunandaba ukuthi ungubani,
wonke umuntu kufanele alalele uNkulunkulu,
athobele ukubusa Kwakhe, ukuqondisa nemiyalelo Yakhe!
Mhlawumbe ulangazelela ukuthola ukuphila neqiniso,
ukuthola uNkulunkulu ongamethemba ukuze uthole ukuphila okuphakade.

8.12.19

Christian Movie | How to Welcome the Return of the Lord Jesus | "What a Beautiful Voice"



Christian Movie | How to Welcome the Return of the Lord Jesus | "What a Beautiful Voice"
Dong Jingxin is a preacher in a house church in China. She's believed in the Lord for thirty years, and loves the truth; she frequently reads the Lord's words and is driven by them.

5.12.19

1. Ukubaluleka Komsebenzi KaNkulunkulu Wamazwi

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

ENkathini Yombuso, uNkulunkulu usebenzisa izwi ukungenisa inkathi entsha, ukuguquka izindlela zomsebenzi Wakhe, nokwenza umsebenzi waso sonke isikhathi. Lesi yisimiso uNkulunkulu asebenza ngaso eNkathini Yezwi. be yinyama womuntu ukuze akhulume ngezindlela ezahlukene, ehlomisa umuntu ukuthi abone uNkulunkulu ngeqiniso, oyiZwi elivela enyameni, nangobuhlakani nezimangaliso Zakhe.

3.12.19

5. Kungani Kuthiwa Ukwazi Izigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu Kuyindlela Eya Ekwazini UNkulunkulu?

Umsebenzi wokuphatha isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu, okusho ukuthi umsebenzi wokusindisa isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu

(Isiqephu Sezwi LikaNkulunkulu Esikhethiwe)

Ukwazi Izigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu Kuyindlela Yokwazi UNkulunkulu

Umsebenzi wokuphatha isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu, okusho ukuthi umsebenzi wokusindisa isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu. Lezi zigaba ezintathu azihlanganisi umsebenzi wokudala umhlaba, kodwa kunalokho izigaba ezintathu zeNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa, kanye neNkathi Yombuso.

30.11.19

2. Inhloso Yezigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu

Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu:

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa);

27.11.19

3. Yini ngempela intando yomuntu olandela uNkulunkulu? Futhi yini ubufakazi beqiniso ngokukholwa kuNkulunkulu?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Khona-ke uJobe wasukuma, wabe eseklebhula isiphuku sakhe, futhi waphuca ikhanda lakhe, wabe esewela emhlabathini, futhi wakhuleka, Waye sethi, Ngaphuma ngihamba ze esibelethweni sikamama wami, futhi ngiyobuyela kuso ngihamba ze:

25.11.19

UNkulunkulu Usebenzisa Amandla Onke Akhe Nendlela Enokuhlakanipha Ukunika Zonke Izinto Nokusekela Ukuphila Kwesintu

Ekuqaleni, sikhulume ngendawo yokuhlala isintu nokuthi yini uNkulunkuu ayenza, akulungisa, nabhekana nakho kule ndawo, kanjalo nobudlelwano phakathi kwazo zonke izinto uNkulunkulu azilungiselele isintu nokuthi uNkulunkulu ubusingathe kanjani lobu budlelwano ukuze avimbele zonke izinto ukuthi zingalimazi isintu.

21.11.19

UNkulunkulu Ubeka Imingcele Yezimo Zokwakheka Komhlaba Ezehlukene

Namuhla ngizokhuluma ngesihloko esithi lezi zinhlobo zemithetho elethwa nguNkulunkulu kubantu nakuzo zonke izinto eziphilayo zimnakekela kanjani umuntu

Namuhla ngizokhuluma ngesihloko esithi lezi zinhlobo zemithetho elethwa nguNkulunkulu kubantu nakuzo zonke izinto eziphilayo zimnakekela kanjani umuntu. Empeleni siyini lesi sihloko? Ngesithi zimnakekela kanjani umuntu lezi zinhlobo zemithetho elethwa nguNkulunkulu kuzo zonke izinto eziphilayo. Yisihloko esikhulu lesi, ngakho singasehlukanisa izingxenye eziningi bese sixoxa ngazo ngasinye ukuze zichazeke ngokucacile kinina. Ngale ndlela kuzoba lula ukuthi niziqonde kancane kancane.

20.11.19

UNkulunkulu futhi wabekela izinyoni nezilwane, izinhlanzi, izinambuzane, nazo zonke izitshalo imingcele

……Ngenxa yokuthi le mingcele ibekwe nguNkulunkulu, izindawo eziningi ziholele enhlalweni nasempilweni eqhubekayo, kanti le nhlalo nempilo eqhubekayo ibe wusizo ezinhlotsheni ezahlukahlukene zezinyoni kanye nezilwane kwaba khona nezindlela zokuqhubeka nokuphila. Ukusukela kulokhu imingcele yezindawo zokuqhubeka nokuphila ezintweni ezahlukahlukene eziphilayo ibe seyiba khona. Lokhu yikho kuphela esizokhuluma ngakho ngokulandelayo. 

17.11.19

Imingcele yakhelwe izindlela ezahlukahlukene zokuphila kwabantu

UNkulunkulu wadala konke okuphilayo wabeka imingcele kukho, wayesenakekela zonke izinhlobo zezinto eziphilayo. Ngenkathi konke okuphilayo kunakekela zonke izinhlobo zezinto eziphilayo, Yena futhi walungisa izindlela ezahlukile zokuphila kwabantu, ngakho kuyabonakala ukuthi abantu abanayo nje indlela eyodwa yokuqhubeka nokuphila. Futhi abanayo inhlalo eyodwa abaqhubeka nokuphila kuyo.

16.11.19

UNkulunkulu wabeka imingcele phakathi kwezizwe ezahlukahlukene

…… Kungani uNkulunkulu eyahlukanise ngale ndlela? Lokhu kubalulekile kubo bonke abantu—kubalulekile impela!

…… Kungani uNkulunkulu eyahlukanise ngale ndlela? Lokhu kubalulekile kubo bonke abantu—kubalulekile impela! UNkulunkulu wehlukanise imikhawulo ngokohlobo lwalokho okuphilayo ngalunye wayimisela ukuba kuqhubeke impilo ngale ndlela enzela uhlobo ngalunye lomuntu ophilayo. Wayesehlukanisa izinhlobo ezahlukahlukene zabantu nezizwe ezahlukahlukene emhlabeni kanye nemikhawulo emisiwe. Yilokhu esithanda ukuxoxa ngakho ngokulandelayo.

10.11.19

UNkulunkulu Ulinganisa Ubuhlobo Phakathi Kwazo Zonke Izinto Ukuze Anikeze Abantu Indawo Ezinzile Ukuba Baphile

…… Okulandelayo, sizokhuluma ngokunye, okuyindlela eyodwa uNkulunkulu alawula ngayo zonke izinto.

…… Okulandelayo, sizokhuluma ngokunye, okuyindlela eyodwa uNkulunkulu alawula ngayo zonke izinto. Lena yindlela, emva kokudala Kwakhe zonke izinto, alinganisa ngayo ukuhlobana kwazo. Lesi ngesinye sezihloko ezibanzi kakhulu kinina.

4.11.19

Ukudalelwa Kwesintu Nokudalelwa Kwendawo Yonke Akunakuhlukaniswa Ebukhosini BoMdali

Nonke nibadala. Abanye benu basebasha; abanye sebeqale ukuguga. Kusukela kongakholwa kuya kokholwayo, kusukela kosanda kukholwa kuNkulunkulu kuye kosalamukele izwi likaNkulunkulu nosebone umsebenzi kaNkulunkulu, lungakanani ulwazi onalo ngobukhosi bukaNkulunkulu?

Nonke nibadala. Abanye benu basebasha; abanye sebeqale ukuguga. Kusukela kongakholwa kuya kokholwayo, kusukela kosanda kukholwa kuNkulunkulu kuye kosalamukele izwi likaNkulunkulu nosebone umsebenzi kaNkulunkulu, lungakanani ulwazi onalo ngobukhosi bukaNkulunkulu? Ikuphi ukuqonda obe nakho ngokudalelwa kwabantu?

29.10.19

Ukuzalwa: Isehlakalo Sokuqala

Lapho umuntu ezalwa, ukuthi uzalwa kumuphi umndeni, ubulili bakhe, ukubukeka, nesikhathi sokuzalwa: le imininingwane yesehlakalo sokuqala sokuphila komuntu.

Lapho umuntu ezalwa, ukuthi uzalwa kumuphi umndeni, ubulili bakhe, ukubukeka, nesikhathi sokuzalwa: le imininingwane yesehlakalo sokuqala sokuphila komuntu.

24.10.19

Ukukhula: Isehlakalo Sesibili

Ukukhula Isehlakalo Sesibili

Kuya ngokuthi bazalelwe ohlotsheni olunjani lomndeni, abantu bakhulela ezindaweni ezingafani bafunde nezifundo ezingafani kubazali babo. Lokhu kunquma izimo umuntu ayokhula abe yizo, futhi ukukhula kwakhe[b] kumelela isehlakalo sesibili esibalulekile sokuphila komuntu. Akungabazeki ukuthi abantu abanalutho abangakukhetha ngalesi sehlakalo. Sinqunywe futhi sahlelwa ngaphambi kwesikhathi.

20.10.19

Ukuzimela: Isehlakalo Sesithathu

uhlelo lukankulunkulu,izethembiso zikaNkulunkulu

Ngemva kokudlula komuntu esigabeni sobuntwana nesokuthomba futhi kancane kancane ufinyelela ezingeni lokuvuthwa, isinyathelo esilandelayo kuba ukuvalelisa ubusha babo ngokuphelele, ukuvalelisa abazali babo, babhekane nendlela ebahlalele yokuba ngabantu abadala abazimele. Kuleli qophelo[c] kumele babhekane nabo bonke abantu, izehlakalo, nezinto umuntu omdala okumele abhekane nazo, babhekane nazo zonke izinto eziyonquma ukudalelwa kwabo. Lesi isehlakalo sesithathu umuntu okumele adlule kuso.

19.10.19

Umshado: Isehlakalo Sesine

Njengoba umuntu ekhula futhi evuthwa, kuvuleka igebe elikhudlwana phakathi kwakhe nabazali bakhe nendawo azalwa futhi wakhulela kuyo, bese eqala ukufuna ukuthola ukuthi ukuphila kwakhe kuphokophele kuphi, enze imigomo yakhe ehlukile kweyabazali bakhe.

Njengoba umuntu ekhula futhi evuthwa, kuvuleka igebe elikhudlwana phakathi kwakhe nabazali bakhe nendawo azalwa futhi wakhulela kuyo, bese eqala ukufuna ukuthola ukuthi ukuphila kwakhe kuphokophele kuphi, enze imigomo yakhe ehlukile kweyabazali bakhe.