2.3.18

Musical Drama "Indaba kaXiaozhen" | Official Trailer





UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe. Emva kokudlula kulesi sigemegeme, uXiaozhen waphoqeleka ukushiya inhliziyo yakhe yeqiniso nemigomo yakhe yasekuqaleni. Waqala walahla unembeza wakhe omuhle nomoya wakhe omuhle wabhuquza odakeni lomhlaba omubi. … Ngenkathi ewa emseni wahamba endleleni yokonakala, wanyathelwa yizwe wagcwala izibazi nemihuzuko. Wafika kwangqingetshe, esimweni sokudideka, eselahle lonke ithemba, ubizo lweqiniso lukaNkulunkulu uSomandla ekugcineni lwayivusa inhliziyo nomoya kaXiaozhen. …

Okutuswayo: Faith, Hope, Love | Indaba kaXiaozhen | South African Choral Music

Awekho amazwana:

Thumela amazwana