UNkulunkulu USomandla Uthola Inkazimulo ( Revelation 2:7 ) Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni. Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila oseParadisi likaNkulunkulu. (IsiZulu 1959/1997)
7.2.18
Worship God and Receive His Protection - UNKULUNKULU AKUBUSISE - Zulu Christian Video
UNkulunkulu Akubusise
Abantu bajwayele ukuthi, "Izingozi ziyenzeka, impilo ngeke uyazi."
Namhlanje, ezomnotho nezobuchwepheshe kuthuthuka ngesivinini esikhulu,
amazinga okuphila athuthuke kancane kancane,
kodwa sesithole ukuthi izibhicongo emhlabenijikelele zinyuka usuku nosuku.
Uma sivula amaphephandaba, sivula i-TV, noma sivula iwebusayithi,
ngokuvamisile sizobona imibiko
yezinhlobo zonke zezibhicongo zemvelo nezidalwa ngabantu,
njengokuzamazama komhlaba, itsunami, izikhukhula, izomiso,
imililo, izingozi zasemayini, ukuphahlazeka kwamabhanoyi, kanye nokunye.
Izibhicongo sezijwayele ukwenzeka,nobukhulu bezibhicongo buyakhula kakhulu.
Izindawo ezihlaselwe isibhicongo zigcweleukuhlupheka, ukopha, ukulimala nokufa.
Amabhadi alokhu enzeka endaweni esizungezile avezaubufushane nobuntekenteke bempilo.
Lokhu kwenza sibone ukuthi abantu abakwazi ukubona
uhlobo lwesibhicongo esingabehlela,
futhi ngaphezu kwalokho nendlela yokubhekana nezigemegeme ezizayo.
Ngakho-ke yini esingayenza ukushintsha isiphetho sembubhiso ephelele?
Ngemva kokubuka le filimu emfishane, sithemba ukuthi uzoyithola impendulo
futhi uthole kuphela indlela engakusiza uthole ukuvikelwa uNkulunkulu
futhi usinde ezibhicongweni.
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Awekho amazwana:
Thumela amazwana